Songtexte.com Drucklogo

Before Songtext
von Sjava

Before Songtext

(Before!)

(Before!)

(Before!) Bewungek′ ukhulume ngami
Ngale ndlel' okhuluma ngayo
(Before!) Before bewungihlonipha
(Before!) Bewuhlal′ ungitshela njal'
Ukuth' uyangthand
Kodwa manje
Sengiya′ celela
Kodwa manje angisatshelwe
Sengiya′ celela

Ubobhasobha mah
Uzoth' umunt′ uyakuthanda
Kant' uyakuhalela
Uzoth′ uthando
Kant' inkanuko
Koth′ angakuthol' akufunayo
Uthando lushabaalale nje ngama zolo ebon' ilanga
Ngabe ng′sak fanalela


(Before!) Bewungek′ ukhulume ngami
Ngale ndlel' okhuluma ngayo
(Before!) Before bewungihlonipha
(Before!) Bewuhlal′ ungitjela njal'
Ukuth′ uyangthand
Kodwa manje
Sengiya' celela
Kodwa manje angisatshelwa
Sengiya′ celela

Kanti yin' eyenz' ukuthi umuntu aqamb′ amanga
Sibadala masingaka, hay ungazodlala
Mas′ uthol' omuny′ ongcono k'nam kumel′ ukungitjele
Thando lwami please ngicel' ungbuyisele
Ngeke ngize ngivume
Udlale ngemizwa yami
Ngeke ngize ngivume
Ngothando lwami
Ngeke ngize ngivume
Uchithe isikhathi sami
Baning′ abafuna lothando

(Before!) Bewungek' ukhulume ngami
Ngale ndlel' okhuluma ngayo


(Before!) Before bewungihlonipha
(Before!) Bewuhlal′ ungitshela njal′
Ukuth' uyangthand
Kodwa manje
Sengiya′ celela ngeke
Kodwa manje angisatshelwa
Sengiya' celela ngeke

Ähnliche Songtexte

Songtext kommentieren

Log dich ein um einen Eintrag zu schreiben.
Schreibe den ersten Kommentar!

Quiz
Wer will in seinem Song aufgeweckt werden?

Fans

»Before« gefällt bisher niemandem.