Songtexte.com Drucklogo

Hamba Ngifike Songtext
von Simmy

Hamba Ngifike Songtext

Awu bathi laph′ eFerry ukhona
Kungcono ngibuyele kithi
Oh, ngohamba ngifike
Oh, nase thaweni ngath' ukhona
Ngoye ngijike khona
Uyaz′ ngiyohamba ngifike

Ngaze ngahlanza nge dela, ngiyahamba
Ngiyahamba ijuba lika Noah itheza
Oh mina ngithi ngahlanza nge dela, ngiyahamba
Ngiyahamba ijuba lika Noah itheza, mhhh

Ngamane lishone, angabo lahl' ithemba
Kuyoba ngathi ngidliswe nguwe
Kungcono lishone, hay' andimbonanga
Kuyoba ngathi ngidliswe nguwe


Hayi yeah
Mmmh (hayi yeah)
Hayi yeah
Mmmh hhhm
Ho ohhhhh oh
Hhhm

Heyi heyi heyi yeah yeah
Mmmh
Ohh ho
Mmmh hhm
Heyi yeah yeah
Hhhm
Heyi heyi yeah yeah

Nase Zinyoka, bath′ ukhona
Mandi fike lapho, usand′uhamba
Ndadlul' eMonte bathi ukhona
Soze ndijike ndilapha, ndizokulind′ ufike

Ndathi qina, dadewethu
Ndiziyala into engenasphelo
Kodwa inkani azivumi
Ndathi qina, dadewethu
Ndoyik' udideke ndisiyala into engenasphelo
Kodwa inkani azivumi


Ngamane lishonе, angabo lahl′ ithemba (lahlithemba)
Kuyoba ngathi ngidliswe nguwe (kuyoba ngathi ngidliswe nguwe)
Kungcono lishone, hay' andimbonanga (ohh ho)
Kuyoba ngathi ngidliswe nguwe

Hayi yeah
Mmmh (hayi yeah)
Hayi yeah
Mmmh hhhm
Ho ohhhhh oh
Hhhm

Heyi heyi heyi yeah yeah
Mmmh
Ohh ho
Mmmh hhm
Heyi yeah yeah
Hhm
Heyi heyi yeah yeah

Songtext kommentieren

Log dich ein um einen Eintrag zu schreiben.
Schreibe den ersten Kommentar!

Fans

»Hamba Ngifike« gefällt bisher niemandem.