Songtexte.com Drucklogo

Mountain Songtext
von The Joy

Mountain Songtext

Nom′ ungahamba
Uzobuya
Sthandwa sami
Nom' ungahamba
Uzobuya
Sthandwa sami
Ngamthanda ngiqal′ ukumbon' uLove
Ngavele ngachazeka, ngacel' ukumnika uthando lwami
Sasihappy, befuna ukufana nathi
Kodwa manje ungishiyile
Wena wathembisa dali
Wath′ angeke ungishiye
Ungibukisa nomakhelwane
Ujabulisa izitha zami
Ohho, hho, hho
Uzobuya
Nom′ ungahamba
Uzobuya
Sthandwa sami
Nom' ungahamba


Uzobuya
Sthandwa sami
Chabo bo, chabo bo, chabo bo, chabo bo
Angiyivumi lendaba
Wobuya Themba lami
Wahamb′ elikanowa ijuba
Chabo bo, chabo bo, chabo bo, chabo bo
Angiyivumi lendaba
Wobuya Themba lami (buya)
Wahamb' elikanowa ijuba (buya)
Izinto azihambanga kahle
Eminyakeni edlulile
Kodwa noma kunjalo sthandwa sami
Wena ungikhethile (hlala nami)
Wahlala nami (hlala nami)
Wahlala nami (hlala nami)
Nom′ ungahamba
Uzobuya (uzobuya)
Sthandwa sami (sthandwa sami)
Nom' ungahamba (nom′ ungahamba)
Uzobuya (uzobuya)
Sthandwa sami (aha ha ham)
Nom' ungahamba (hamba)
Uzobuya (uzobuya sthandwa sami)
Sthandwa sami (sthandwa sami)
Nom' ungahamba (nomungahamba)
Uzobuya (uzobuya)
Sthandwa sami (sthandwa sahahaham)

Songtext kommentieren

Log dich ein um einen Eintrag zu schreiben.
Schreibe den ersten Kommentar!

Quiz
Wer singt das Lied „Haus am See“?

Fans

»Mountain« gefällt bisher niemandem.