Songtexte.com Drucklogo

Nodoli Songtext
von Samthing Soweto

Nodoli Songtext

Ngelanga lokuzalwa kwakho bengingazi
Ukuthi ngizokwenzani
Ngoba imali beyingekho
And mina nomamakho besiphelelwe ngamaplani
Kodwa yaring-a iphone enzulwini zobusuku
Ya ring′iphone ngilele
Kodwa waphone-a umamakho wathi kimi sekunjalo mele siye esibhedlela
Ngokukhul'ukuthuka

Ngashaya umthandazo omncane
Bese ngaphuthuma
Ngapak′indlela eya kuwena
Ngokukhulu ukuthuka
Ngashaya umthandazo omncane
Bese ngaphuthuma
Ngapak'indlela eya kuwena


Weh Nodoli wam
Oh Nodoli yoh
Wena, wena uyingelosi encane
Weh Nodoli wam
Oh Nodoli yoh
Wena, wena uyingelosi encane

Weh Nodoli wam
Oh Nodoli yoh
Wena, wena uyingelosi encane
Weh Nodoli wam
Oh Nodoli yoh
Wena, wena uyingelosi encane

Ngathi mengifika
Ngamemeza ngale kwesango
Kwanzim'ukulinda
Ngaphandle kwendlu kagog′wakho
Kodwa ngangeniswa ngaphakathi
Ngeyinkathi zabathakathi
Ngize kini no, wena no mamakho


Ngathi mengifika
Ngamemeza ngale kwesango
Kwanzim′ukulinda
Ngaphandle kwendlu kagog'wakho
Kodwa ngangeniswa ngaphakathi
Ngeyinkathi zabathakathi
Ngize kini no, wena no mamakho

Weh Nodoli wam
Oh Nodoli yoh
Wena, wena uyingelosi encane
Weh Nodoli wam
Oh Nodoli yoh
Wena, wena uyingelosi encane

Weh Nodoli wam
Oh Nodoli yoh
Wena, wena uyingelosi encane
Weh Nodoli wam
Oh Nodoli yoh
Wena, wena uyingelosi encane

Athilalala lolololo
Athilalala lolololo
Wena, wena uyingelosi encane
Athilalala lolololo
Athilalala lolololo
Wena, wena uyingelosi encane

Athilalala lolololo
Athilalala lolololo
Wena, wena uyingelosi encane
Athilalala lolololo
Athilalala lolololo
Wena, wena uyingelosi encane

Songtext kommentieren

Log dich ein um einen Eintrag zu schreiben.
Schreibe den ersten Kommentar!

Beliebte Songtexte
von Samthing Soweto

Quiz
Whitney Houston sang „I Will Always Love ...“?

Fans

»Nodoli« gefällt bisher niemandem.