Songtexte.com Drucklogo

Igama lami Songtext
von Phuzekhemisi

Igama lami Songtext

Ungasho ukuthi uthanda mina ntombazane
(Ungasho ukuthi uthanda mina ntombazane)
(Ngoba mangingekho uthanda amanye amadoda)
(Ngoba mangingekho uthanda amanye amadoda)
(Ungasho ukuthi uthanda mina ntombazane)

Weh gamalami yeah awyeke igama lami wena ntombazane
Oh gamalami yeah awyeke igama lami wena ntombazane
Igama lami lel′ oqoma ngalo, igama lami
Igama lami lel' ojola ngalo, igama lami

Oh gamalami yeah (awyeke igama lami wena ntombazane)
Oh gamalami yeah (awyeke igama lami wena ntombazane)
Igama lami lel′ ojola ngalo
(Awyeke igama lami wena ntombazane) Igama lami
Igama lami lel' ojola ngalo
(Awyeke igama lami hlukana nalo) ah weh

Ah-weh! (Awyeke igama lami wena ntombazane) ah-weh
Ah-weh! (Awyeke igama lami wena ntombazane) ah-weh
Oh gama lami wena ntombazane
(Awyeke igama lami hlukana negama lami)


Zasha phela Phuzekhemisi wayhlaba ngempela umfoka Majazana
Khona phela eMkhomazi lang'buya khona umfula engiwphuzayo
Ngiphuza uMakhoya kade khona ka Dumisa
Puh! Wobhasobha ungami ngezansi nsizwa uzolimala
Izjabhane lezi azisusi amatshe
Hop!

Ngathi ngihambela ngelinye ilanga
Ezinye ingane zimemeza ubaba uDlamini
Zithi weh bab′ uDlamini scela ukuk′suzela
Aybo webantwana, puh!

Oh gamalami weh! Oh gamalami!
Oh gamalami weh! Oh gamalami!
Weh gama lami wena ntombazana wegama lami
(Awyeke igama lami wena ntombazane hlukana nalo) oh gama lami
Igama lami lel' ojola ngalo

(Awyeke igama lami hlukana nalo hlukana nalo)
Oh gama lami wena ntombazana wegama lami
(Awyeke igama lami hlukana nalo hlukana nalo)
Ah weh! (Awyeke igama lami hlukana nalo hlukana nalo)
Ah weh! (Awyeke igama lami hlukana nalo hlukana nalo) oh hhe!
Oh gama lami lel′ ojola ngalo (Awyeke igama lami hlukana nalo hlukana nalo hlukana nalo)
Igama lami lel' ojola ngalo igama lami (Awyeke igama lami hlukana nalo hlukana negama lami)
Puh!

Sihamba kancane s′cothoza nje sqhamuka phansi eThekwini las'buya khona
Puh! Sigudl′ ubhiliya mfanwami uyezwa nje


Oh gama lam weh! Oh gama lami!
Oh gama lam weh! Oh gama lami!
Igama lami lel' ojola ngalo, igama lami
Oh gama lami wena ntombazana
(Awyeke igama lami hlukana nalo hlukana nalo)
Igama lami lel' ojola ngalo, igama lami

(Awyeke igama lami hlukana nalo hlukana nalo) oh gama lami
Aw hhe (Awyeke igama lami hlukana nalo hlukana nalo) oh hhe
Oh hhe (Awyeke igama lami hlukana nalo hlukana nalo) oh hhe
Oh hhe (Awyeke igama lami hlukana nalo hlukana nalo) oh hhe
Igama lami lel′ ojola ngalo igama lami (Awyeke igama lami hlukana nalo hlukana nalo)

Songtext kommentieren

Log dich ein um einen Eintrag zu schreiben.
Schreibe den ersten Kommentar!

Beliebte Songtexte
von Phuzekhemisi

Fans

»Igama lami« gefällt bisher niemandem.