Songtexte.com Drucklogo

Kwazulu (In The Land Of The Zulus) Songtext
von Miriam Makeba

Kwazulu (In The Land Of The Zulus) Songtext

Ngeke ngiye kwaZulu kwafel′ubaba
(Ngeke ngiye kwaZulu kwafel'ubaba nomama)

Eh mama ntomb'igeza ngovuma kukhal′insizwa yeheni
(Ntomb′igeza ngovuma kukhal'insizwa yeheni)
Bath′intomb'igeza ngovuma kukhal′insizwa yeheni
(Ntomb'igeza ngovuma kukhal′insizwa yeheni)

Bathi ngeke ngiye kwaZulu kwafel'ubaba
(Weh babe noma kwafel'ubaba nomama)
Bathi ngeke ngiye kwaZulu kwafel′ubaba
(Weh babe noma kwafel′ubaba nomama)

Eh mama ntomb'igeza ngovuma kul′khal'insizwa yeheni
(Ntomb′igeza ngovuma kul'khal′insizwa yeheni)
Bath'intomb'igeza ngovuma kul′khal′insizwa yeheni
(Ntomb'igeza ngovuma kul′khal'insizwa yeheni)

′Bangiqomi kwaZulu babo abangiqom'emaBhaceni
′Bangiqomi kwaZulu babo abangiqom'emaBhaceni (abangiqomi)
'Bangiqomi kwaZulu babo abangiqom′emaBhaceni (abangiqomi)

Umkhonto kaShaka bathi (washis′umuzi kaBaba)
Umkhonto kaShaka (washis'umuzi kaBaba)
Umkhonto kaShaka bathi (washis′umuzi kaBaba)
Umkhonto kaShaka (washis'umuzi kaBaba)

′Bangiqomi kwaZulu babo abangiqom'emaBhaceni (abangiqomi)
'Bangiqomi kwaZulu babo abangiqom′emaBhaceni (abangiqomi)
′Bangiqomi kwaZulu babo abangiqom'emaBhaceni (abangiqomi)
′Bangiqomi kwaZulu babo abangiqom'emaBhaceni (abangiqomi)

Bathi ngeke ngiye kwaZulu kwafel′ubaba
(Ngeke ngiye kwaZulu kwafel'ubaba nomama)
Bathi ngeke ngiye kwaZulu bo kwafel′ubaba
(Ngeke ngiye kwaZulu kwafel'ubaba nomama)

Eh mama ntomb'igeza ngovuma kukhal′insizwa yeheni
(Ntomb′igeza ngovuma kukhal'insizwa yeheni)
Bath′intomb'igeza ngovuma kukhal′insizwa yeheni
(Ntomb'igeza ngovuma kukhal′insizwa yeheni)
Bathi nsizwa eh heh hmmm

Songtext kommentieren

Log dich ein um einen Eintrag zu schreiben.
Schreibe den ersten Kommentar!

Quiz
Wer ist gemeint mit „The King of Pop“?

Fans

»Kwazulu (In The Land Of The Zulus)« gefällt bisher niemandem.